Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kuWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunezilotshwa eziyizi- 12,895 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

Intutho noma ezokuthutha ziwumdiki okuhlosiwe wabantu, izilwane, kanye nempahla wokusuka kwenye indawo kuya kwenye. Izindlela zokuthutha ezaziwayo zihlanganisa ukundiza, intutho yasezweni ujantshi nemigwaqo, intutho yasemanzini, intutho yendophi, imizila yamathumbu kanye nentutho yasemkhathini. Lo mkhakha ungahlukaniswa kathathu kube ingqalasizinda, izithuthi nemigidingo. Ezokuthutha zivumela abantu ukuba bahwebe, okuyinto ebalulekile ekuthuthukeni kwempucuzeko. okwengeziwe...

Ingabe bewazi ukuthi...

uNokhwezi

...uNokhwezi (♀) ngumzulane wesibili kuzungezohlelo lweLanga, futhi lapho ubonakala ensasa ngesiZulu kuthiwa 'iKhwezi', kuthi lapho ubonakala ntambama kuthiwe isiCelankobe. UNokhwezi akanawo amanzi aluketshezi, futhi unomoyambulunga osikhuhle futhi obophelene ukwedlula ezinye izindikimba zozungezohlelo lwelanga ?

... iLondosicikizi, isilondosicikizi noma Isilondo sobuchwepheshe bokwaziswa singumkhakha ongaphansi oyingxenye yomkhakha wobuChwepheshe Bokwaziswa. Sihlozinga ukulondeka kwezicikizi, amahlelomgidingo namahleloxhumano ezinsongweni eziyingozi ??

...Inzalo yelanga yisikhathi lapho iLanga libonakala linqamula inkabazwe yasezulwini, libheke eningizimu. Ngenxa yokwehluka phakathi konyaka wekhalenda nonyaka wasezindaweni zenjikalanga, ulinganosuku lukaSeptemba lungenzeka kusukela ngoSeptember 21 kuya ku-24 ?

Amaqiniso...

UMnyango Wokuthuthukiswa Kwezenhlalo (iDSD) ungumnyango kahulumeni waseNingizimu Afrika obhekele ukuhlinzeka ngentuthuko yezenhlalo, ukuvikeleka kanye nezinkonzo zezenhlalo. Ngaphambili wawubizwa ngokuthi uMnyango Wezenhlalakahle, waze waqanjwa kabusha ngo-July 2000. UNgqongqoshe Wothuthukiswa Kwezenhlalo ophethe njengamanje nguDina Pule. (okwengeziwe...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Amazwe: iAngola - iButswana - iZimbabwe - iNamibhiya - iMozambiki - iKongo - Eswatini - iZambia - iRashiya - iJalimani - iNgilandi - iFulansi - iSpaniya - iMelika - iKhanada - iMekisiko - iShayina - iTheki - i-Ostreliya - iNyuzilandi

Izilimi: isiZulu - isiNgisi - isiJalimani - isiSpeyini - IsiKhathalani - isiTaliya - IsiShayina - IsiJaphani - IsiRashiya - IsiHebheru - isiBhunu - isiXhosa - isiSuthu - Isi-Arabhu

IZilo zaKwaZulu: ISilo uShaka - ISilo uDingane - ISilo uMpande - ISilo uCetshwayo - iSilo uDinizulu - ISilo uSolomoni - ISilo uBhekuzulu - ISilo uZwelithini - ISilo uMisuzulu

Amaholide: Usuku lwenkululeko - Usuku Lwabasebenzi - Ukhisimuzi - Usuku lwabesifazane - Usuku lwaMalungelo Esintu - Usuku lwephasika

Imidlalo: Umbhoxo - Ibhola lezinyawo - Iqakamba - Isibhakela - Umnqakiswano

Izilwane: Inhlanzi - Iziququdi - IsiNcelisi - Iselesele - Indlulamithi - ibhubesi - inyamazane - inkomazi - izimvu - inkalankala

Imizulane: UMhlaba - uNomjubane - uNokhwezi - uNotshezi - uNolundwa - uNomaxhama - uNomakhekheba - uNogxada - uNohunga - uNomadwala

Ukudla: utamatisi - Amazambane - uphuthu - amaqanda - inyama - isinkwa - ubisi - Ushukela - ubhanana

Imvelo: intaba - umfula - ulwandle - impophoma - ichibi - iqhwa - amanzi - Insungubezi - Amafu -Umoyambulunga

Izinhlwa: igolide - isiliva - ibhulonze - insimbi - umthofu - IsAlumbe - IKhazi - IHwanzi - UmThanya - INihwe

Ubuchwepheshe: amahlelokusebenza - umakhalekhukhwini - Indizamkhathi - IsiCikizi - IsiThununu - Isiqavithi - UHlakahlisombulu - Indongoyi

Izithombe eziqhakanjiswayo

Indizamkhathi iyisithuthi esiklanyelwe ukundiza nokusebenza emkhathini ongaphandle. Izindizamkhathi zisetshenziselwa izinjongo ezahlukahlukene, okuhlanganisa ezokuxhumana, ukubuka umhlaba, isimo sezulu, ukuzulazula, ukuhlala emkhathini, ukuhlwaya imizulane, kanye nokuthuthwa kwabantu nempahla.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)