Isihlunga (kwezokucikiza)
Ummomo
Kwezokucikiza, isihlunga siyihlelo lokulonda uhleloxhumano olwelusa futhi lulawule isinyokotho sehleloxhumano esiphumayo nesingenayo ngokusekelwe emithethweni yokuphepha echoyekayo. [1] [2] Isihlunga ngokuvamile sisungula umgoqo phakathi kwehleloxhumano elithenjwayo nehleloxhumano elingathenjwa, elifana noxhakaxholo [3] noma phakathi kwama -VLAN ambalwa. Isihlunga singachazwa ngokuthi sisekelwe kuhleloxhuano noma sisekelwe kusisingathi.
Umlando
[hlela | Hlela umthombo]Igama elithi isihlunga lisho into ehlungayo efana nesihlungi, evumela izinto ezifunekayo ukuba zidlule kuyilapho ivimbela ezinye ukuba zingadluli.
Izinhlobo zezihlunga
[hlela | Hlela umthombo]